KUBHEKWE ukuthi imboni yezamafilimu KwaZulu-Natal ingene ebalazweni lomhlaba njengoba uphiko lwezamafilimu nezokuvakasha ...
AKUKACACI namanje ukuthi bazokhululeka futhi bakuthole nini okungokwabo abantu abalinde izizumbulu zemali yabo ababeyigcine ...
OWAYENGUMENGAMELI, uJacob Zuma, ukhalima labo asebeqale umkhankaso wokumqoqela imali yokukhokha isikweletu sezigidi zamaRandi ...
LUQHUBEKILE ukhetho lweNetball South Africa ngempelasonto nakuba bekunezinkinga ezithinta obengumengameli osamisiwe.
Amaqembu amathathu aseNingizimu Afrika azifake egijima emidlalweni yamaqoqo yeCaf Champions League neCaf Confederation Cup ...
Amaphoyisa aseHibberdene abophe abasolwa ababili abaneminyaka engu-24 no-36 ubudala ngecala lokubulala nokutholakala nempahla ...
UMCULI wokholo uDumi Mkokstad uthi ufuna ukushintsha izimpilo zabantu ngedili lomculo wakhe eselihambele amadolobha amakhulu ...
UMSAKAZI wesiteshi esizinze eThekwini, i-East Coast Radio, uTee Xaba uthi uyena obefuna kwaziwe kabanzi ngomndeni wakhe njengoba ubaba wakhe enezingane ezingaphezu kuka-20.
Abafundi bakaMatikuletsheni abangaphezu kuka-800,000 eNingizimu Afrika balungiselela ukuhlolwa kweNational Senior Certificate mhlaka-21 kuMfumfu (October). KwaSappi siyaneseka futhi siyaziqhenya ngani ...
Umelwe yinhliziyo ethola usizo lokuqala owesifazane obeveleleke emotweni. Ngemuva kwehora lesihlanu ekuseni abezimo eziphuthumayo bakwa-ALS babizelwe engozini enkulu eyenzeke kuHans Detman Highway ...
UMQEQESHI weBafana Bafana, u-Hugo Broos, usenxuse zonke izinhlaka zebhola eNingizimu Afrika ukuthi zibambisane ukuqinisekisa ukuthi iqembu lesizwe liyaqhubeka nomgqigqo walo, lingabe lisahlehlela ...